Ezobuhle Nemfashini
Akumgculisi asekufezile ongenise ngengqephu kwithelevishini
UNGENISE kwezemfashini ngokusebenza nabemidlalo nasezinhlelweni okwehlukene kwakwithelevishini, egqokisa abethuli balezo zinhlelo nabalingisi baleyo midlalo ethathwa ngokuthi ingeminye yemikhulu eNingizimu Afrika.
Sigubha iminyaka ewu-30 yeNkululeko ngomncintiswano wonobuhle
NGOMGQIBELO wesonto elizayo wumhla ka-27 Ephreli, usuku lokugubha inkululeko phecelezi i-Freedom Day, lapho iNingizimu Afrika izobe igubha khona iminyaka ewu-30
Indlela ibheke kuMiss Teen Globe kunobuhle (12) owola izicoco
MBALI MPONTSHANE USEBHEKE ukwenza into yamehlo, ahambe ibanga elide emncintinswaneni amele iKwaZulu-Natali kuwona unobuhle osemncane ongomunye wabazoqhuthana amazenze kuMiss Teen
Ezosomabhizinisi
Ukuhlabana ngendondo kumkhuthaze ukusebenza ngokuzimele
MBALI MPONTSHANE ICIKO elenza imisebenzi eyahlukene kwezobuciko kubalwa nokuba semkhakheni wezindaba nokuxhumanisa amaciko nabezindaba ngokuzimele, uSandile Nene owaziwa ngelikaSandy, uhlabane
Kuvela obekungaziwa ngokufa kowayeyingoduso ka-AKA
UKUSHISEKELA ukwazi okungale kokwabikwa kwabezindaba ngokufa kuka-Anele Tembe, owayeyingoduso yesithandwa sabalandeli beHip-Hop u-AKA, naye ongasekho emhlabeni, kwenze uqweqwe lentatheli, wumbhali
Uphokophelele ukukhuthaza abesifazane ukungena kwezolimo
MBALI MPONTSHANE INDLALA yabantu besifazane abangena, bachume emkhakheni wezolimo ngenye yezinto ezikhuthaza umlimi waseMgungundlovu, KwaZulu-Natali, ukuzimisela kule ndima ukuze akhuthaze
Ezosaziwayo
Uzwelana nosizi lwabangasebenzi engomeni
IZWE libhekene nesikhathi lapho kunendlala yamathuba emisebenzi, ngisho nabafundile baze bagogoda emikhakheni ethile, kunzima eningini labo ukuthola umsebenzi ngokwehlukana kwemikhakha
Uzihlomisela Ukhozi osanda kujoyina Izwi Lomzansi
EMPILWENI kunezinto esizenza ngenhloso nangethemba lokuthi zizosiza ukusibeka esigabeni sempilo esizifisela sona, ukwenzeka nokufezeka kwaloko okuyosho ukufezeka kwamaphupho ethu eminyaka.
Igcagcele esokeni eshaya izinyoni ezimbili kwiSiphetho
UKUCULA nokulingisa ngamakhono obuciko awakhombisa esasemncane, kwathi nalapho esekhulile akangabheka neze emuva, kunaloko ubehlale ezihlupha ngokuhlwaya amathuba okuchuma ngalamakhono kwezikaqedisizungu.